Our Services

Get 15% Discount on your First Order

[rank_math_breadcrumb]

UMBUZO 1 1. Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Kulesi sikhathi esiphila kuso, izingane ezingakhuliswa abazali bobabili ziningi kakhulu. Kuke kwahlasela isifo sengculazi esi

UMBUZO 1

1. Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi:

Kulesi sikhathi esiphila kuso, izingane ezingakhuliswa abazali bobabili ziningi kakhulu. Kuke kwahlasela isifo sengculazi esithathe abazali, abantwana basala bekhuliswa ogogo nomkhulu. Kulesi simo uhulumeni wenza okusemandleni ukuthola imishanguzo yokunqanda lolu bhubhane, nangempela sehla isibalo sabantu ababulawa ingculazi. Isimo sasala singesihle kweminye imizi ngoba uma abazali bobabili sebeshonile, abantwana babephenduka izintandane.

Ukutholwa kwabantwana betholwa abazali abangashadile nakho kunawo umthelela ekwandeni kwabantwana abangakhuli ngaphansi kwesandla sabazali bobabili. Uma bebancane abazali bomntwana, kuyenzeka babuyela esikoleni bayofunda. Lowo mntwana abhekwe abantu abadala abangamalunga alowo mndeni. Ngesizathu sokuthi abazali bomntwana bamthole besebancane kuyenzeka bahlukane, lowo nalowo azitholele abanye azophila nabo. Ngaleyo ndlela umntwana ugcina esekhuliswa umzali oyedwa.

1.1. Tomula lezi zingcezu zenkulumo esiqeshini esingenhla:

a) isabizwana sokukhomba

b) isabizwana sokubala

c) isihlanganiso

d) ongumnini

e) undaweni/ isandiso sendawo

f) ibizo (12)

UMBUZO 2

2 Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi:

Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa. Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma kukhompuyutha, bebe befaka izingubo emshinini wokuwasha, bebonda uphuthu esitofini, noma bewasha nezitsha. Abesifazane bavuka bageze ubuso kuphela, bese benza isidlo sasekuseni, bahlanze nendlu ngaphambi kokuqala umsebenzi wabo womqashi. Abesilisa bona bavuka bageze ongazi angathi baya emsebenzini kanti cha, badle isidlo sasekuseni bese behlala kumakhompuyutha benze umsebenzi wabo wosuku.

2.1 Tomula amabizo amahlanu bese ukhipha iziqalo zawo, uphinde ubhale nezigaba zawo zamabizo. (10)

2.2 Bhala igama elimqondophika naleli: babejatshuliswa (2)

2.4 Khetha amagama amahlanu abolekiwe esiqeshini esingenhla, uphinde ubhale nokuthi abolekwe kuluphi ulimi. (10)

/22/

16

UMBUZO 3

1. Ngabe kuyini ukuhlobana kwamagama? (2)

2. Chaza lezi zinhlobo zokuhlobana kwamagama ezilandelayo. Nikeza isibonelo esisodwa sohlobo nohlobo:

a) omqondophika

b) omabizwafane

c) ophimbohluka

d) omqondofana (16)

ISAMBA [50]

Share This Post

Email
WhatsApp
Facebook
Twitter
LinkedIn
Pinterest
Reddit

Order a Similar Paper and get 15% Discount on your First Order

Related Questions

Assignment 3 – Methods Section • 1) Provide the definition of your target behavior and operational definition. • 2) Describe the goal of your treatment in quantitative terms • i.e., Do you want the be

Assignment 3 – Methods Section • 1) Provide the definition of your target behavior and operational definition. • 2) Describe the goal of your treatment in quantitative terms • i.e., Do you want the behaviour to increase or decrease? And, given your baseline data, what is your criteria for a

Revise please Discuss the differences in the way math is taught in the U.S. versus other countries Introduction American teaching methods often diverge significantly from those employed in other ed

Revise please  Discuss the differences in the way math is taught in the U.S. versus other countries Introduction American teaching methods often diverge significantly from those employed in other educational systems, leading to a variety of outcomes in terms of student performance and comprehension when compared to how mathematics is

Greetings, Looking for someone to do my assignment Objective: The student will learn more about French or francophone foods and/or French or francophone sports and athletes. Directions: This discussi

Greetings, Looking for someone to do my assignment  Objective: The student will learn more about French or francophone foods and/or French or francophone sports and athletes. Directions: This discussion is in English. In this discussion you have a choice of topic.  One choice is to explore some aspect of one particular food

Greetings, please see assignment details below: Literature is a major component of French and francophone culture. In this discussion, choose one French or francophone writer and do some research on

Greetings, please see assignment details below: Literature is a major component of French and francophone culture.  In this discussion, choose one French or francophone writer and do some research on him or her.  In your initial post please talk about the writer: Give a brief biography – where this person

Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi uk

Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa.  Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma